UHoseya 5:10 - Qhathanisa Zonke Izinguqulo
UHoseya 5:10 ZUL59 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
Izikhulu zakwaJuda zinjengabasusa imincele; ngiyakuthulula phezu kwazo intukuthelo yami njengamanzi.
Dlulisela
UHoseya 5 ZUL59UHoseya 5:10 ZUL20 (IsiZulu 2020)
Abaholi bakwaJuda bafana nabagudluza imingcele kwa-Israyeli. Ngiyakuthululela kubo ulaka lwami njengamanzi.
Dlulisela
UHoseya 5 ZUL20UHoseya 5:10 CZB24 (Contemporary Zulu Bible 2024)
Izikhulu zakwaJuda zazinjengabasusa iviyo; ngalokho ngiyakuthulula ukufutheka kwami phezu kwabo njengamanzi.
Dlulisela
UHoseya 5 CZB24