UJeremiya 48:30 - Qhathanisa Zonke Izinguqulo
UJeremiya 48:30 ZUL59 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
Ngiyazi intukuthelo yakhe,” usho uJehova; “amacebo akhe ayinkohliso, nalokhu akwenzayo kuyinkohliso.
Dlulisela
UJeremiya 48 ZUL59UJeremiya 48:30 ZUL20 (IsiZulu 2020)
Ngiyakwazi ukuzidla kwakhe,” kusho uSimakade “ukuzikhukhumeza kwakhe kuyize, nezenzo zakhe azisizi ngalutho.
Dlulisela
UJeremiya 48 ZUL20UJeremiya 48:30 CZB24 (Contemporary Zulu Bible 2024)
Ngiyayazi intukuthelo yakhe,” usho uJehova; kodwa akuyikuba njalo; amanga akhe ngeke asebenze kanjalo.
Dlulisela
UJeremiya 48 CZB24