NgokukaJohane 16:7-8
NgokukaJohane 16:7-8 Baasraak Zulu New Testament Bible (ZULUNT)
Nokho nginitshela iqiniso; kunilungele ukuba ngimuke, ngokuba uma ngingamuki, uMduduzi kayikuza kini; kepha uma ngimuka, ngiyakumthumela kini. Njalo nxa esefikile yena, uzalaya ilizwe ngesono, langokulunga, langokwahlulela
NgokukaJohane 16:7-8 IsiZulu 2020 (ZUL20)
Kepha Mina nginitshela iqiniso: kunifanele ukuba ngihambe, ngokuba uma ngingamuki, uMduduzi ngeke eze kini, kodwa uma ngihamba, ngiyakumthumela kini. Lapho esefikile Yena, uyokulambulela izwe ukuthi leduke kangakanani mayelana nesono, nangokulunga, nangokwahlulela.
NgokukaJohane 16:7-8 IBHAYIBHELI ELINGCWELE (ZUL59)
Kodwa mina nginitshela iqiniso lokuthi kunilungele ukuba ngimuke; ngokuba uma ngingamuki, uMduduzi kayikuza kini; kepha uma ngimuka, ngiyakumthumela kini. Lapho esefikile yena, uyakuqondisa izwe ngesono, nangokulunga, nangokwahlulela
NgokukaJohane 16:7-8 Contemporary Zulu Bible 2024 (CZB24)