NgokukaJohane 17:20-21
NgokukaJohane 17:20-21 IsiZulu 2020 (ZUL20)
“Angiceleli laba bodwa, kepha nalabo abakholwa yimi ngezwi labo, ukuze bonke babe munye, njengalokhu Wena Baba ukimi, nami ngikuwe, ukuba nabo babe kithina, ukuze izwe likholwe ukuthi ungithumile.
NgokukaJohane 17:20-21 Baasraak Zulu New Testament Bible (ZULUNT)
Angiceleli laba bodwa, kodwa nalabo abayakukholwa yimi ngezwi labo; ukuze bonke babe munye; njengalokhu wena, Baba, ukimi, nami ngikuwe, ukuze nabo babe munye kithi, ukuze izwe likholwe ukuthi wena ungithumile.
NgokukaJohane 17:20-21 IBHAYIBHELI ELINGCWELE (ZUL59)
“Angiceleli laba bodwa kepha nalabo abakholwa yimi ngezwi labo ukuba bonke babe munye, njengalokhu wena Baba ukimi, nami ngikuwe, ukuba nabo babe kithina, ukuze izwe likholwe ukuthi wena ungithumile.
NgokukaJohane 17:20-21 Contemporary Zulu Bible 2024 (CZB24)