NgokukaJohane 9:2-3
NgokukaJohane 9:2-3 IBHAYIBHELI ELINGCWELE (ZUL59)
Abafundi bakhe bambuza bathi: “Rabi, ngubani owonayo, lona noma abazali bakhe, aze azalwe eyimpumputhe na?” UJesu waphendula wathi: “Akonanga noma yena noma abazali bakhe, kodwa ukuze kubonakaliswe kuye imisebenzi kaNkulunkulu.
NgokukaJohane 9:2-3 Baasraak Zulu New Testament Bible (ZULUNT)
Abafundi bakhe bambuza bathi: “Rabi, ngubani owonayo, lona noma abazali bakhe, aze azalwe eyimpumputhe na? UJesu waphendula wathi: “Akonanga noma yena noma abazali bakhe, kodwa ukuze kubonakaliswe kuye imisebenzi kaNkulunkulu.
NgokukaJohane 9:2-3 IsiZulu 2020 (ZUL20)
Abafundi bakhe bambuza, bathi: “Rabi, ngubani owonayo; yilo noma ngabazali bakhe, ukuze azalwe eyimpumputhe na?” UJesu waphendula, wathi: “Akonanga yena noma abazali bakhe, kodwa ukuze kubonakaliswe imisebenzi kaNkulunkulu kuye.
NgokukaJohane 9:2-3 Contemporary Zulu Bible 2024 (CZB24)