NgokukaLuka 17:26-27
NgokukaLuka 17:26-27 IBHAYIBHELI ELINGCWELE (ZUL59)
“Njengokuba kwenzeka emihleni kaNowa, kuyakuba njalo nasemihleni yeNdodana yomuntu. Babedla, bephuza, beganwa, bendiswa, kwaze kwafika usuku uNowa angena ngalo emkhunjini, kwafika uzamcolo, wababhubhisa bonke.
Dlulisela
Funda NgokukaLuka 17NgokukaLuka 17:26-27 Baasraak Zulu New Testament Bible (ZULUNT)
Njengoba kwenzeka emihleni kaNowa, kuyakuba njalo nasemihleni yeNdodana yomuntu. Babedla, bephuza, beganwa, bendiswa, kwaze kwafika usuku uNowa angena ngalo emkhunjini, kwafika uzamcolo, wababhubhisa bonke.
Dlulisela
Funda NgokukaLuka 17