NgokukaMathewu 11:25-26
NgokukaMathewu 11:25-26 Baasraak Zulu New Testament Bible (ZULUNT)
Ngalesosikhathi uJesu waphendula wathi: Ngiyakubonga, Baba, Nkosi yezulu lomhlaba, ngoba ukufihlile lezizinto kwabahlakaniphileyo labaqedisisayo, wazambulela izingane; Kunjalo, Baba, ngokuba kube kuhle emehlweni akho kanjalo.
NgokukaMathewu 11:25-26 IsiZulu 2020 (ZUL20)
Kwathi ngaleso sikhathi uJesu wakhuluma wathi: “Ngiyakubonga Baba, Nkosi yezulu nomhlaba, ngokuba ukufihlile lokhu kwabahlakaniphileyo, nakulabo abanokuqonda, kodwa wakwambulela izingane. Yebo, Baba, ngokuba kwaba kuhle phambi kwakho ukuba kube njalo.
NgokukaMathewu 11:25-26 IBHAYIBHELI ELINGCWELE (ZUL59)
Ngalelo hora uJesu wakhuluma wathi: “Ngiyakubonga, Baba, Nkosi yezulu nomhlaba, ngokuba ukufihlile lokhu kwabahlakaniphileyo nabanokuqonda, wakwambulela izingane; yebo, Baba, ngokuba kwaba kuhle phambi kwakho ukuba kube njalo.
NgokukaMathewu 11:25-26 Contemporary Zulu Bible 2024 (CZB24)