NgokukaMathewu 23:23
NgokukaMathewu 23:23 Baasraak Zulu New Testament Bible (ZULUNT)
Maye kini, babhali nabaFarisi, bazenzisi! Ngokuba nikhokha okweshumi kweminti, neanise, nekhumini, kepha niyeke okubaluleke kakhulu zomthetho, ukwahlulela, nesihawu, nokukholwa
Dlulisela
Funda NgokukaMathewu 23NgokukaMathewu 23:23 IsiZulu 2020 (ZUL20)
“Maye, kini zazimthetho nabaFarisi, bazenzisi, ngokuba ninikela okweshumi kwesinkuntshane, nokwentshungu, nokodonqa, kodwa nikushaye indiva okudingwa ngumthetho: ubulungiswa, isihawu, nokukholwa! Benifanele ukwenza lokho, kodwa ningakuyeki nalokhu komthetho.
Dlulisela
Funda NgokukaMathewu 23NgokukaMathewu 23:23 IBHAYIBHELI ELINGCWELE (ZUL59)
“Maye kinina babhali nabaFarisi, bazenzisi, ngokuba nithela okweshumi kwesinkuntshane, nokwentshungu, nokodonqa, niyeke okunzima komthetho: ukwahlulela nesihawu nokukholwa! Benimelwe ukwenza lokhu, ningakuyeki nalokho.
Dlulisela
Funda NgokukaMathewu 23