NgokukaMathewu 26:40-41 - Qhathanisa Zonke Izinguqulo
NgokukaMathewu 26:40-41 ZUL59 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
Wayeseza kubafundi, wabafumana belele; wathi kuPetru: “Kanti beningelinde nami ihora libe linye na? Lindani, nikhuleke ukuba ningangeni ekulingweni; umoya uyavuma, kepha inyama ibuthakathaka.”
NgokukaMathewu 26:40-41 ZUL20 (IsiZulu 2020)
Wabuyela kubafundi, wabafica belele, wathi kuPhethro: “Kodwa beningehlale nilinde nami ihora libe linye na? Lindani, nikhuleke ukuze ningangeni ekulingweni; umoya uyavuma, kodwa umzimba ubuthakathaka.”
NgokukaMathewu 26:40-41 ZULUNT (Baasraak Zulu New Testament Bible)
Wasesiza kubafundi, wabafica belele, wathi kuPetro: Kanti beningelinde lami ihola elilodwa yini? Lindani, nikhuleke, ukuze ningangeni ekulingweni; umoya uyavuma, kepha inyama ibuthakathaka.
NgokukaMathewu 26:40-41 CZB24 (Contemporary Zulu Bible 2024)
Wasesiza kubafundi, wabafica belele, wathi kuPetro: Kanti beningelinde lami ihola elilodwa yini? Lindani, nikhuleke, ukuze ningangeni ekulingweni; umoya uyavuma, kepha inyama ibuthakathaka.