I-logo yo Hlelo Lokusebenza lweBhayibheli
Isici soku Sesha

NgokukaMathewu 26:69-70 - Qhathanisa Zonke Izinguqulo

NgokukaMathewu 26:69-70 ZUL59 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)

Kepha uPetru wayehlezi ngaphandle egcekeni; kweza kuye intombazana, yathi: “Nawe ubunoJesu waseGalile.” Kodwa waphika phambi kwabo bonke, wathi: “Angikwazi lokhu okushoyo.”

NgokukaMathewu 26:69-70 ZUL20 (IsiZulu 2020)

UPhethro wayehleli phandle egcekeni, enye yamantombazane yeza kuye, yathi: “Nawe ubunoJesu waseGalile.” Kepha waphika phambi kwabo bonke, wathi: “Angazi ukuthi ukhuluma ngani.”

NgokukaMathewu 26:69-70 ZULUNT (Baasraak Zulu New Testament Bible)

Kepha uPetru wayehlezi ngaphandle egcekeni; Kepha waphika phambi kwabo bonke, wathi: “Angikwazi okushoyo.

NgokukaMathewu 26:69-70 CZB24 (Contemporary Zulu Bible 2024)

Kepha uPetru wayehlezi ngaphandle egcekeni; Kepha waphika phambi kwabo bonke, wathi: “Angikwazi okushoyo.