NgokukaMathewu 28:5-6
NgokukaMathewu 28:5-6 Baasraak Zulu New Testament Bible (ZULUNT)
Ingelosi yaphendula, yathi kwabesifazane: “Ningesabi nina, ngokuba ngiyazi ukuthi nifuna uJesu obebethelwe esiphambanweni. Kakho lapha, ngokuba uvukile njengokusho kwakhe; Wozani nibone indawo lapho iNkosi yayilele khona.
NgokukaMathewu 28:5-6 IsiZulu 2020 (ZUL20)
Ingelosi yaphendula yathi kwabesifazane: “Ningesabi, ngokuba ngiyazi ukuthi nifuna uJesu obebethelwe esiphambanweni. Akekho lapha, ngokuba uvukile njengokusho kwakhe. Wozani nibone indawo lapho ebelele khona.
NgokukaMathewu 28:5-6 IBHAYIBHELI ELINGCWELE (ZUL59)
Kodwa ingelosi yaphendula, yathi kwabesifazane: “Ningesabi nina; ngokuba ngiyazi ukuthi nifuna uJesu obebethelwe esiphambanweni; kakho lapha, ngokuba uvukile njengokusho kwakhe; zanini nibone indawo lapho ebelele khona.
NgokukaMathewu 28:5-6 Contemporary Zulu Bible 2024 (CZB24)