AmaHubo 27:1
AmaHubo 27:1 Contemporary Zulu Bible 2024 (CZB24)
Ihubo likaDavide. UJehova ungukukhanya kwami nensindiso yami; ngizakwesaba bani? uJehova ungamandla okuphila kwami; ngizosaba bani?
Dlulisela
Funda AmaHubo 27AmaHubo 27:1 IsiZulu 2020 (ZUL20)
USimakade ungukukhanya kwami nensindiso yami. Ngubani engingamesaba na? USimakade uyinqaba yokuphila kwami. Ngubani engingaba novalo ngaye na?
Dlulisela
Funda AmaHubo 27