AmaHubo 34:10 - Qhathanisa Zonke Izinguqulo

AmaHubo 34:10 ZUL59 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)

Amabhongo ezingonyama ayaswela, alambe, kepha abafuna uJehova abayikuswela lutho oluhle.

AmaHubo 34:10 ZUL20 (IsiZulu 2020)

Amabhongo amabhubesi ayeswela, alambe, kodwa abafuna uSimakade abayukweswela lutho oluhle.

AmaHubo 34:10 CZB24 (Contemporary Zulu Bible 2024)

Amabhongo ezingonyama ayaswela, alambe; kepha abafuna uJehova abayikuswela lutho oluhle.