AmaHubo 78:31 - Qhathanisa Zonke Izinguqulo

AmaHubo 78:31 ZUL59 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)

intukuthelo kaNkulunkulu yabavukela, wabulala abakhulupheleyo babo, wawisa phansi izinsizwa zakwa-Israyeli.

AmaHubo 78:31 ZUL20 (IsiZulu 2020)

ulaka lukaNkulunkulu lwehlela phezu kwabo, wazibulala iziqhwaga, waziqumba phansi izinsizwa zakwa-Israyeli.

AmaHubo 78:31 CZB24 (Contemporary Zulu Bible 2024)

Ulaka lukaNkulunkulu lwaba phezu kwabo, wabulala abakhulupheleyo kubo, wahlula abakhethiweyo bakwa-Israyeli.