IsAmbulo 13:11-12
IsAmbulo 13:11-12 IsiZulu 2020 (ZUL20)
Ngase ngibona esinye isilo siphuma emhlabeni, sinezimpondo ezimbili ezifana nezewundlu, futhi sikhulumisa okukadrago. Sasebenzisa lonke igunya lesilo sokuqala; saphoqelela umhlaba nabo bonke abakhileyo kuwo ukuba bakhonze isilo sokuqala, okwapholiswa inxeba laso.
IsAmbulo 13:11-12 Baasraak Zulu New Testament Bible (ZULUNT)
Ngase ngibona esinye isilo sikhuphuka emhlabeni; yayinezimpondo ezimbili njengewundlu, ikhuluma njengodrako. Sasebenzisa onke amandla esilo sokuqala phambi kwaso, senza umhlaba nabakhileyo kuwo ukuba bakhulekele isilo sokuqala, esinxeba laso elibulalayo lelashwa.
IsAmbulo 13:11-12 IBHAYIBHELI ELINGCWELE (ZUL59)
Ngase ngibona esinye isilo siphuma emhlabeni, sinezimpondo ezimbili ezifana nezewundlu, kepha sikhuluma njengodrako. Amandla onke esilo sokuqala siyawenza phambi kwaso. Siyenza ukuba umhlaba nabo bonke abakhileyo kuwo bakhuleke kuso isilo sokuqala esingozi yaso yelashwa.
IsAmbulo 13:11-12 Contemporary Zulu Bible 2024 (CZB24)