IsAmbulo 13:16-17
IsAmbulo 13:16-17 IsiZulu 2020 (ZUL20)
Senza bonke abancane nabadala, abacebileyo nabampofu, abakhululekileyo nabayizigqila, ukuba babekwe uphawu esandleni sabo sokunene noma ebunzini labo, nokuba kungabi bikho oyothenga noma athengise ngalo, ngaphandle kwalowo onophawu, igama lesilo noma inombolo yegama laso.
IsAmbulo 13:16-17 Baasraak Zulu New Testament Bible (ZULUNT)
Lenza ukuthi bonke, abancane nabakhulu, abacebile nabampofu, abakhululekileyo nezigqila, babe nophawu esandleni sabo sokunene noma emabunzini abo; Nokuba kungabikho muntu othenga noma athengise, kuphela onophawu, igama lesilo, noma isibalo segama laso.
IsAmbulo 13:16-17 IBHAYIBHELI ELINGCWELE (ZUL59)
Senza futhi ukuba bonke, abancane nabakhulu, nabacebileyo nabampofu, nabakhululekileyo nabayizigqila, bazibeke uphawu esandleni sabo sokunene noma ebunzini labo ukuba angabikho ongathenga nokuba athengise, uma engenalo uphawu, igama lesilo noma isibalo segama laso.
IsAmbulo 13:16-17 Contemporary Zulu Bible 2024 (CZB24)