KwabaseRoma 1:22-23
KwabaseRoma 1:22-23 IsiZulu 2020 (ZUL20)
Bezitshela ukuthi bahlakaniphile, baba yiziwula, baguqula inkazimulo kaNkulunkulu ongabhubhiyo ukuba ifane nomfanekiso womuntu obhubhayo, owezinyoni, nowezilwane ezinezinyawo ezine nezinwabuzelayo.
Dlulisela
Funda KwabaseRoma 1KwabaseRoma 1:22-23 Baasraak Zulu New Testament Bible (ZULUNT)
Bezishaya abahlakaniphileyo baba yiziwula; Futhi baguqula inkazimulo kaNkulunkulu ongabhubhiyo yaba ngumfanekiso womuntu obhubhayo, nezinyoni, nezilwane ezinezinyawo ezine, nezilwanyana ezinwabuzelayo.
Dlulisela
Funda KwabaseRoma 1