KwabaseRoma 11:5-6
KwabaseRoma 11:5-6 IsiZulu 2020 (ZUL20)
Kanjalo nangalesi sikhathi samanje ikhona insali ekhethwe ngokomusa. Kepha uma kungokomusa, akusayi ngemisebenzi; ngokuba uma kungenjalo, umusa awuseyiwo umusa.
Dlulisela
Funda KwabaseRoma 11KwabaseRoma 11:5-6 Baasraak Zulu New Testament Bible (ZULUNT)
Kanjalo namanje kukhona insali ngokokhetho lomusa. Uma kungomusa, akusayi ngemisebenzi; uma kungenjalo, umusa awuseyiwo umusa. kepha uma kuya ngemisebenzi, akuseyiwo umusa; uma kungenjalo umsebenzi awusewumsebenzi.
Dlulisela
Funda KwabaseRoma 11