1
Luka 21:36
Contemporary Zulu Bible 2024
Ngakho lindani njalo, likhuleke, ukuze kuthiwe lifanele ukuphunyuka kuzo zonke lezizinto eziyakwenzeka, lokuma phambi kweNdodana yomuntu.
አወዳድር
{{ጥቅስ}} ያስሱ
2
Luka 21:34
Ziqapheleni nina, funa izinhliziyo zenu zisindwe ukuminza, nokudakwa, nezinkathazo zalokhu kuphila, lunifike lolo suku kungazelelwe.
3
Luka 21:19
Ekubekezeleni kwenu niyazuza imiphefumulo yenu.
4
Luka 21:15
Ngokuba ngiyakuninika umlomo nokuhlakanipha, abangayikuphika noma ukumelana nabo bonke abamelene nani.
5
Luka 21:33
Kuyakudlula izulu nomhlaba, kepha amazwi ami awasoze adlula.
6
Luka 21:25-27
Kuyakuba khona izibonakaliso elangeni nasenyangeni nasezinkanyezini; nasemhlabeni usizi lwezizwe, zididekile; kuhlokoma ulwandle namagagasi; Izinhliziyo zabantu ziphela amandla ngokwesaba nangokubheka izinto ezizayo emhlabeni, ngokuba amandla ezulu ayakuzanyazanyiswa. Khona-ke bayakubona iNdodana yomuntu iza ngeyezi inamandla nenkazimulo enkulu.
7
Luka 21:17
Niyakuzondwa ngabantu bonke ngenxa yegama lami.
8
Luka 21:11
Kuyakuba khona ukuzamazama komhlaba okukhulu ezindaweni ngezindawo, nendlala, nezifo eziwumshayabhuqe; kuyakuba khona izinto ezesabekayo nezibonakaliso ezinkulu ezivela ezulwini.
9
Luka 21:9-10
Kepha nxa nizwa ngezimpi neziyaluyalu, ningethuki; kepha ukuphela akusikho masinyane. Wasesithi kubo: Isizwe sizavukela isizwe, lombuso uvukele umbuso.
10
Luka 21:25-26
Kuyakuba khona izibonakaliso elangeni nasenyangeni nasezinkanyezini; nasemhlabeni usizi lwezizwe, zididekile; kuhlokoma ulwandle namagagasi; Izinhliziyo zabantu ziphela amandla ngokwesaba nangokubheka izinto ezizayo emhlabeni, ngokuba amandla ezulu ayakuzanyazanyiswa.
11
Luka 21:10
Wasesithi kubo: Isizwe sizavukela isizwe, lombuso uvukele umbuso.
12
Luka 21:8
Wathi: “Xwayani ningadukiswa; nesikhathi sisondele; ngakho-ke ningabalandeli.
Home
Bible
Plans
Videos