Uhlelo Lwamahhala Lokufunda nokuthandaza okuhlobene ne KwabaseFilipi 3:13

Izwi elilodwa eliyoshintsha impilo yakho
Izinsuku eziwu 4
IGAMA ELILODWA lisiza ukuthi wenze lula impilo yakho ngokugxila nje e GAMENI ELILODWA unyaka wonke. Lobu bulula kokuthola izwi analo lakho lenza liyadala ushintsho empilweni. Ukungaqoqeki nobunzima kuholela ekubambezelekeni nokukhubazeka, kanti ubululula nokugxila kuholela empumelelweni nokucacisa. Lezizinsuku ezine zokuzinikela ziyzkukhombisa ukuthi udlula kanjani ufinyelele emnyombeni wezinhlosozakho wegama elilowa unyaka wonke.

Ukuzijwayeza
Izinsuku ezi-6
Ukushintsha akulula, kodwa kungenzeka, futhi. Ukuqala imikhuba emincane embalwa kungashintsha indlela ozibona ngayo namuhla futhi uguquke ube ngumuntu ofuna ukuba nguye kusasa. Lolu Hlelo lweBhayibheli lwe- Life.Church luhamba emiBhalweni ngesifinyezo esilula sokwenza imikhuba emihle yansuku zonke ehlalayo.