Uhlelo Lwamahhala Lokufunda nokuthandaza okuhlobene ne KwabaseRoma 8:39

I-Advent: Ukuthola kabusha uKhisimusi Ezinxushunxushwini
Izinsuku eziwu 4
Ingabe uyakulangazelela ukugujwa kukaKhisimusi okujulile, okunenjongo? Kulo nyaka, zitholele kabusha izipho zeTHEMBA, UKUTHULA, INJABULO, NOTHANDO uNkulunkulu aludlulisela kithi sonke kulesi sikhathi esimatasa. Ukuthola kabusha uKhisimusi Esiphithiphithini kuhlola lezi zihloko ze-Advent ngokusebenzisa imibhalo nokufunda okuhloselwe ukusilungiselela ukuqhela ebuphithiphithini benkathi yamaholide futhi sigubhe ngempela ukuzalwa kukaJesu!

Ngiyazinikela: Izinkonzo Ezikhuthazayo Ebhalwe Iziboshwa
Izinsuku eziwu 4
IBhayibheli liyincwadi yokuhlenga, inkululeko, nethemba. Ngaphakathi kwamakhasi alo kunezinhlamvu eziguqukayo futhi ezigcwele amaqiniso—abesilisa nabesifazane abaphukile abafuna izimpendulo. Ngandlela thize, bafana kakhulu neziboshwa zamanje nezangaphambili ezabhala izifundiso osuzozifunda. Sithemba ukuthi uyakhuthazeka futhi ugqugquzelwe amazwi avela esontweni ngemuva kwezinsimbi. Kwangathi ubufakazi babo bungasikhulula sonke.

Why Does God Love Me?
5 Days
Questions: When it comes to God, we all have them. Given our comparison-driven culture, one of the most personal questions we may find ourselves asking is, “Why does God love me?” Or maybe even, “How could He?” Over the course of this plan, you’ll engage with a total of 26 Scripture passages—each one speaking the truth of God’s unconditional love for you.

UJesu: Ibhanela Lethu Lokunqoba
Izinsuku ezingu-7
Uma sigubha iPhasika, sigubha ukunqoba okukhulu emlandweni. Ngokufa nokuvuka kukaJesu, wanqoba kuze kube phakade amandla esono nethuna, kanye nayo yonke imiphumela yako emibi, futhi wakhetha ukwabelana nathi ngalokho kunqoba. Kuleli sonto lePhasika, ake singene kwezinye zezinqaba azinqobile, sicabange ngempi asilwela yona, futhi simdumise njengeBhanesha lethu lokunqoba.

Khuleka Izinto Ezinkulu
izinsuku ezingu-7
Yini ekuvimbela ukuthi ukhuleke imithandazo emikhulu? Ekwabelaneni ngendaba yakhe yezimpendulo zikaNkulunkulu ezishintsha ukuphila emithandazweni enesibindi, uJulia Jeffress Sadler uletha inselelo yokuthatha uNkulunkulu eZwini Lakhe futhi umbone ehamba ngendlela engakaze ibonwe ngaphambilini. Kuleli sonto, sizofunda ukuthi singakhuleka kanjani ngesibindi futhi sibheke ngokulindela izimpendulo zikaNkulunkulu. Okuyivelakancane kweqiniso akukho ekuphenduleni kukaNkulunkulu imithandazo emikhulu kodwa ekuceleni kwethu imithandazo emikhulu.

Ukunqoba Impi Engqondweni Yakho
Izinsuku ezingu-7
Iningi lezimpi zempilo liyanqotshwa noma liyalahleka engqondweni. Manje-ke siqala kanjani ukunqoba ezinye zalezo zimpi? Kulolu Hlelo LweBhayibheli Lwezinsuku Ezngu-7 oluvela encwadini keMfundisi u-Craig Groeschel weLife.Church, sizothola indlela yokulwa nemicabango enobuthi, ukunqoba ukucabanga okungalawuleki, futhi siqale ukunqoba impi emiqondweni yethu sisebenzisa iqiniso likaNkulunkulu njengohlelo lwethu lwempi.

Izifundo Zokugcina: Uhlelo Lwesonto Elingcwele
Izinsuku eziwu 10
Ake sehlise ijubane kuleli Sonto Elingcwele futhi sifunde ngezinsukwini zokugcina zikaKristu emhlabeni. Usuku ngalunye sizothola izifundo noma izipho athatha isikhathi ukuzinikeza. Uyasidinga isikhumbuzo esisha salokho okwakubaluleke kakhulu kuKristu—ukuthi uyabathanda abantu Bakhe futhi umlandele? Yini Angathanda ukukufundisa yona kuleli sonto Elingcwele?

Amaphutha Amakhulu angu-12 Angagwenywa Abazali
Izinsuku eziwu 12
Udkt. Tim Elmore ujoyina i-Life.Church ukuze wabelane Ngamaphutha Amakhulu Angu-12 Angagwenywa Abazali. Sonke sifunela izingane zethu okungcono kakhulu, kodwa ngezinye izikhathi izinhloso zethu ezinhle zidukisa izindlela zazo. Masilungise inkambo futhi siholele izingane zethu ekubeni abantu abadala abaphumelelayo nabalandeli bakaKristu abazinikele ngokugcwele. Ukuze uthole okunye okuqukethwe, bheka okuningi ku-finds.life.church

Thanda Njengo Jesu
Izinsuku ezi-13
Singafunda kanjani ukuphila njengoJesu uma singaqali ngokuthanda njengaYe? Funda kanye nabasebenzi nabalingani be-Life.Church ngenkathi bekhuluma ngabakwaziyo kanye nemiBhalo enza bafise ukuphila impilo egcwele nokuThanda Njengo Jesu.

Ukuhamba Nojesu
Izinsuku ezingu-14
Uyafuna ukufunda incazelo yensindiso, ukuphila impilo egcwele uMoya, ukuzwa izwi likaNkulunkulu, ubudodana, ukufana noKristu, ukwesaba uNkulunkulu, ukuphila okunqobayo, ukuvuselela ingqondo, ukukhululwa, nokubuyiselwa?

121 ye-Advent
Izinsuku ezingu-24
Ukuzalwa kukaKristu, ukufika Kwakhe, kuphawula icebo likaNkulunkulu lokuhlengwa kwethu. KuKristu, sibona isithombe esigcwele sethemba likaNkulunkulu, ukuthula, injabulo nothando. Izwi likaNkulunkulu liyiqiniso esazi ngalo futhi sihamba Naye nsuku zonke. Sethemba ukuthi lo mhlahlandlela uzokhuthaza futhi wenze lula isikhathi sakho osichithwa eZwini futhi unikezele insiza yemindeni enezingane ukwenza lokho ndawonye.