1
1 kuThimothewu 5:8
IBHAYIBHELI ELINGCWELE
Kepha-ke uma umuntu engabondli abakubo, kakhulu abakwakhe, ukulahlile ukukholwa, mubi kunongakholwayo.
Qhathanisa
Hlola 1 kuThimothewu 5:8
2
1 kuThimothewu 5:1
Ungayikhaci indoda endala, kodwa yiyale njengoyihlo, namadoda amasha njengabafowenu
Hlola 1 kuThimothewu 5:1
3
1 kuThimothewu 5:17
Amalunga aphatha kahle akuthiwe afanele ukutuswa ngokuphindiweyo, ikakhulu lawo akhuthalela izwi nokufundisa.
Hlola 1 kuThimothewu 5:17
4
1 kuThimothewu 5:22
Ungasheshi ubeke izandla noma kubani, futhi ungahlanganyeli izono zabanye, uzigcine ube mhlophe.
Hlola 1 kuThimothewu 5:22
Ikhaya
IBhayibheli
Amapulani
Amavidiyo