1
AmaHubo 121:1-2
IBHAYIBHELI ELINGCWELE
Ngiphakamisela amehlo ami ezintabeni; usizo lwami luvelaphi na? Usizo lwami luvela kuJehova owenzile izulu nomhlaba.
Qhathanisa
Hlola AmaHubo 121:1-2
2
AmaHubo 121:7-8
UJehova uyakukulondoloza ebubini bonke; uyakulonda umphefumulo wakho. UJehova uyakulondoloza ukuphuma kwakho nokungena kwakho kusukela kulesi sikhathi kuze kube phakade.
Hlola AmaHubo 121:7-8
3
AmaHubo 121:3
Akayikuvuma ukuba unyawo lwakho lushelele; okulondolozayo akayikozela.
Hlola AmaHubo 121:3
Ikhaya
IBhayibheli
Amapulani
Amavidiyo