AmaHubo 121:7-8

AmaHubo 121:7-8 ZUL59

UJehova uyakukulondoloza ebubini bonke; uyakulonda umphefumulo wakho. UJehova uyakulondoloza ukuphuma kwakho nokungena kwakho kusukela kulesi sikhathi kuze kube phakade.