Amahubo 121:7-8

Amahubo 121:7-8 CZB24

UJehova uyakukuvikela kukho konke okubi; Uzoqapha umphefumulo wakho. UJehova uyakulondoloza ukuphuma kwakho nokungena kwakho kusukela manje kuze kube phakade.