1
1 KuThimothewu 5:8
IsiZulu 2020
Kodwa uma umuntu engabondli abakubo, ikakhulu abomndeni wakhe, ukulahlile ukukholwa, mubi ukwedlula nongakholwa.
Qhathanisa
Hlola 1 KuThimothewu 5:8
2
1 KuThimothewu 5:1
Ungayikhaci indoda endala, kodwa yiyale njengoyihlo, abesilisa abasebasha njengabafowenu
Hlola 1 KuThimothewu 5:1
3
1 KuThimothewu 5:17
Amalunga aphathe kahle, afanele ukuba atuswe ngokuphindwe kabili, ikakhulu lawo akhuthalela ukushumayela nokufundisa.
Hlola 1 KuThimothewu 5:17
4
1 KuThimothewu 5:22
Ungaxhamazeli ubeke izandla kunoma ngubani, futhi ungahlanganyeli ezonweni zabanye, kodwa uhlale umsulwa.
Hlola 1 KuThimothewu 5:22
Ikhaya
IBhayibheli
Amapulani
Amavidiyo