1
1 KuThimothewu 4:12
IsiZulu 2020
Makungabi bikho muntu owedelela ubusha bakho, kodwa yiba yisibonelo kwabakholwayo ngokukhuluma, ngokuziphatha, ngothando, ngokukholwa nangokuhlanzeka.
Qhathanisa
Hlola 1 KuThimothewu 4:12
2
1 KuThimothewu 4:8
ngokuba ukuvocavoca umzimba kusiza kancane, kodwa ukwesaba uNkulunkulu kusiza ezintweni zonke, futhi kunesithembiso kulokhu kuphila nakulokho okuzayo.
Hlola 1 KuThimothewu 4:8
3
1 KuThimothewu 4:16
Ziqaphele wena nemfundiso, uphikelele kukho, ngokuba ngokwenza lokho uyakuzisindisa wena nalabo abakuzwayo.
Hlola 1 KuThimothewu 4:16
4
1 KuThimothewu 4:1
Manje uMoya usho ngokucacileyo ukuthi ngezikhathi zokugcina abanye bayakuhlubuka ekukholweni, banake imimoya edukisayo nezimfundiso zamadimoni
Hlola 1 KuThimothewu 4:1
5
1 KuThimothewu 4:7
Kepha zale izinganekwane ezingcolileyo zezalukazi, nokho zejwayeze ukumesaba uNkulunkulu
Hlola 1 KuThimothewu 4:7
6
1 KuThimothewu 4:13
Qikelela ukuba ufunde, uyale, ufundise, ngize ngifike.
Hlola 1 KuThimothewu 4:13
Ikhaya
IBhayibheli
Amapulani
Amavidiyo