1
1 KuThimothewu 3:16
IsiZulu 2020
Akuthandabuzwa ukuthi inkulu imfihlakalo yenkolo yethu yokuthi: Owabonakaliswa engumuntu nje, wafakazelwa nguMoya, wabonwa yizingelosi, washunyayelwa kwabezizwe, bakholwa nguye emhlabeni, wenyuselwa enkazimulweni.
Qhathanisa
Hlola 1 KuThimothewu 3:16
2
1 KuThimothewu 3:2
Ngakho-ke kufanele ukuba umphathi abe ngumuntu ongasolekiyo, indoda emfazi munye, abe ngozikhuzayo, ozithibayo, ohloniphekileyo, opha izihambi, onobuciko bokufundisa
Hlola 1 KuThimothewu 3:2
3
1 KuThimothewu 3:4
ophatha kahle umuzi wakhe; abantwana bakhe bemthobela ngenhlonipho yonke.
Hlola 1 KuThimothewu 3:4
4
1 KuThimothewu 3:12-13
Amadikoni mawabe mfazi munye, akwazi ukuphatha kahle abantwana bawo nemizi yawo. Ngokuba lawo akhonze kahle, azuza igama elihle nesibindi esikhulu ekukholweni kuKhristu uJesu.
Hlola 1 KuThimothewu 3:12-13
Ikhaya
IBhayibheli
Amapulani
Amavidiyo