Njengalokhu babebaningi abamangala ngayo,
ubuso bayo babonakele kunobabantu,
nesimo sayo, kunesamadodana abantu;
kanjalo iyokwethusa izizwe eziningi;
amakhosi ayovala imilomo ngenxa yayo,
ngokuba ayobona lokho angazange akutshelwe,
nalokho angakaze akuzwe, ayokuqonda.