UJesu wathi kuye: “Woyithanda iNkosi uNkulunkulu wakho ngayo yonke inhliziyo yakho, nangawo wonke umphefumulo wakho, nangayo yonke ingqondo yakho.
Lona ngumyalo wokuqala nomkhulu.
Owesibili ofana nawo uthi: Wothanda umakhelwane wakho njengalokhu uzithanda wena.