1
1 kaPetru 3:15-16
Contemporary Zulu Bible 2024
Kodwa ngcwelisani iNkosi uNkulunkulu ezinhliziyweni zenu, njalo lilungele ukuphendula wonke umuntu olibuza ngesizatho sethemba elikini, ngobumnene langokwesaba; Lilonembeza omuhle; ukuze kuthi lapho benihleba ngokungathi ningabenzi bokubi, bajabhe labo abaqamba amanga ukuziphatha kwenu okuhle kuKristu.
Qhathanisa
Hlola 1 kaPetru 3:15-16
2
1 kaPetru 3:12
Ngokuba amehlo eNkosi aphezu kwabalungileyo, nezindlebe zayo zisemikhulekweni yabo; kepha ubuso beNkosi bumelene nabenza okubi.
Hlola 1 kaPetru 3:12
3
1 kaPetru 3:3-4
Ukuhloba kwenu makungabi ngokokwangaphandle, okokwaluka izinwele, nokokufaka igolide, noma okokwembatha izingubo; Kodwa makube ngumuntu osithekileyo wenhliziyo, ekuhlobeni okungaboliyo, okungomoya omnene onokuthula, okuyigugu phambi kukaNkulunkulu.
Hlola 1 kaPetru 3:3-4
4
1 kaPetru 3:10-11
Ngokuba lowo othanda ukuphila, nokubona izinsuku ezinhle, makabambe ulimi lwakhe kokubi, nezindebe zakhe zingakhulumi inkohliso; Makagweme okubi, enze okuhle; makafune ukuthula, akulandele.
Hlola 1 kaPetru 3:10-11
5
1 kaPetru 3:8-9
Elokugcina manibe nomqondo munye nonke, nihawukelane, nithandane njengabazalwane, nihawukele, nibe nomusa; ningaphindiseli okubi ngokubi, nokuthuka ngokuthuka, kodwa ngokuphambene nibusise; nazi ukuthi nabizelwa lokho, ukuze nidle ifa lesibusiso.
Hlola 1 kaPetru 3:8-9
6
1 kaPetru 3:13
Ngubani onganilimaza, uma nilingisa okuhle na?
Hlola 1 kaPetru 3:13
7
1 kaPetru 3:11
Makagweme okubi, enze okuhle; makafune ukuthula, akulandele.
Hlola 1 kaPetru 3:11
8
1 kaPetru 3:17
Ngokuba kungcono ukuhlupheka ngokwenza okuhle, uma kuyintando kaNkulunkulu, kunokuhlupheka nenza okubi.
Hlola 1 kaPetru 3:17
Ikhaya
IBhayibheli
Amapulani
Amavidiyo