1
Amahubo 5:12
Contemporary Zulu Bible 2024
Ngoba wena Jehova ubusisa olungileyo; ngokujabula uyomhaqa njengesihlangu.
Qhathanisa
Hlola Amahubo 5:12
2
Amahubo 5:3
Jehova, uyakulizwa izwi lami ekuseni; ekuseni ngiyakuwubhekisa kuwe umkhuleko wami, ngibheke phezulu.
Hlola Amahubo 5:3
3
Amahubo 5:11
Kodwa kabathokoze bonke abathembela kuwe; mabajabule njalo, ngokuba uyabavikela; abalithandayo igama lakho mabajabule ngawe.
Hlola Amahubo 5:11
4
Amahubo 5:8
Ngihole, Jehova, ngokulunga kwakho ngenxa yezitha zami; lungisa indlela yakho phambi kobuso bami.
Hlola Amahubo 5:8
5
Amahubo 5:2
Lalela izwi lokukhala kwami, Nkosi yami, Nkulunkulu wami, ngokuba ngiyakukhuleka kuwe.
Hlola Amahubo 5:2
Ikhaya
IBhayibheli
Amapulani
Amavidiyo