UJoweli 3:15-16

UJoweli 3:15-16 ZUL59

Ilanga nenyanga kuba mnyama, izinkanyezi zisusa ukukhanya kwazo. UJehova uyaduma eseSiyoni, ezwakalise izwi lakhe eseJerusalema; izulu nomhlaba kuyazamazama, kepha uJehova uyisiphephelo sabantu bakhe, nenqaba yabantwana bakwa-Israyeli.

Funda UJoweli 3