UHezekeli 37:1-2

UHezekeli 37:1-2 ZUL20

Isandla sikaSimakade sasiphezu kwami, sangikhipha ngoMoya kaSimakade, sangibeka phakathi esigodini esasigcwele amathambo. Wangidlulisa kuwo, ngawazungeza; bheka, impela ayemaningi ngokwedlulele kuso isigodi, futhi ayome kakhulu.