U-Izaya 53:2-5

U-Izaya 53:2-5 ZUL20

Ngokuba yakhula njengehlumela phambi kwakhe, nanjengempande emhlabathini owomileyo; yayingenasimo nabuhle ukuba siyibuke, yayingabukeki ukuba siyifune. Yayidelelekile, yashiywa ngabantu, umuntu wobuhlungu okujwayele ukugula; yayeyiswa, injengofihlelwa ubuso ngabantu, asiyishayanga nto yalutho. Kodwa yazithwala izifo zethu, yabetshatha ubuhlungu bethu, kepha thina sathi ijezisiwe, ishaywe nguNkulunkulu, ihlushiwe. Yebo, yahlatshwa ngenxa yeziphambeko zethu, yachotshozwa ngobubi bethu; isijeziso sethu saba phezu kwayo, ukuze sibe nokuthula; nangemivimbo yayo, siphilisiwe thina.

Izithombe Zevesi zika- U-Izaya 53:2-5

U-Izaya 53:2-5 - Ngokuba yakhula njengehlumela phambi kwakhe,
nanjengempande emhlabathini owomileyo;
yayingenasimo nabuhle ukuba siyibuke,
yayingabukeki ukuba siyifune.
Yayidelelekile, yashiywa ngabantu,
umuntu wobuhlungu okujwayele ukugula;
yayeyiswa, injengofihlelwa ubuso ngabantu,
asiyishayanga nto yalutho.

Kodwa yazithwala izifo zethu,
yabetshatha ubuhlungu bethu,
kepha thina sathi ijezisiwe,
ishaywe nguNkulunkulu, ihlushiwe.
Yebo, yahlatshwa ngenxa yeziphambeko zethu,
yachotshozwa ngobubi bethu;
isijeziso sethu saba phezu kwayo,
ukuze sibe nokuthula;
nangemivimbo yayo, siphilisiwe thina.U-Izaya 53:2-5 - Ngokuba yakhula njengehlumela phambi kwakhe,
nanjengempande emhlabathini owomileyo;
yayingenasimo nabuhle ukuba siyibuke,
yayingabukeki ukuba siyifune.
Yayidelelekile, yashiywa ngabantu,
umuntu wobuhlungu okujwayele ukugula;
yayeyiswa, injengofihlelwa ubuso ngabantu,
asiyishayanga nto yalutho.

Kodwa yazithwala izifo zethu,
yabetshatha ubuhlungu bethu,
kepha thina sathi ijezisiwe,
ishaywe nguNkulunkulu, ihlushiwe.
Yebo, yahlatshwa ngenxa yeziphambeko zethu,
yachotshozwa ngobubi bethu;
isijeziso sethu saba phezu kwayo,
ukuze sibe nokuthula;
nangemivimbo yayo, siphilisiwe thina.