AMahubo 116:1-2

AMahubo 116:1-2 ZUL20

Ngiyamthanda uSimakade, ngokuba uyalizwa izwi lokukhuleka kwami. Ngokuba ubeke indlebe yakhe kimi, ngizokhuleka kuye ngisaphila.