1 kwabaseKorinte 2:10-12

1 kwabaseKorinte 2:10-12 CZB24

Kodwa uNkulunkulu ukwambulile kithi ngoMoya wakhe; Ngokuba ngumuphi umuntu owazi okomuntu, kuphela umoya womuntu okuye na? ngokunjalo nezinto zikaNkulunkulu akakho ozaziyo, kuphela uMoya kaNkulunkulu. Kepha thina asamukelanga umoya wezwe, kodwa umoya ovela kuNkulunkulu; ukuze sazi izinto esiphiwe ngesihle nguNkulunkulu.