UGenesise 39:20-21

UGenesise 39:20-21 CZB24

Inkosi kaJosefa yamthatha yamfaka etilongweni, indawo lapho iziboshwa zenkosi zaziboshwe khona; wayelapho etilongweni. Kepha uJehova wayenaye uJosefa, wamhawukela, wamnika umusa emehlweni omlindi wetilongo.