UGenesise 50:17-20

UGenesise 50:17-20 CZB24

Ngakho anothi kuJosefa: Thethelela isiphambeko sabafowenu nesono sabo; ngoba bonile; usithethelele manje isiphambeko sezinceku zikaNkulunkulu kayihlo. UJosefa wakhala lapho bekhuluma kuye. Nabafowabo bahamba, bawa phansi phambi kwakhe; futhi bathi: “Bheka, siyizinceku zakho.” UJosefa wathi kubo: “Ningesabi, ngokuba mina ngisesikhundleni sikaNkulunkulu na?” Kepha nina, nangicambela okubi; kepha uNkulunkulu wakuceba kwaba kuhle ukuba kwenziwe, njenganamuhla, ukugcina abantu abaningi bephila.

Uhlelo Lwamahhala Lokufunda nokuthandaza okuhlobene ne UGenesise 50:17-20