EkaJokobe 1:2-6

EkaJokobe 1:2-6 CZB24

Bazalwane bami, nxa nehlelwa yizilingo ngezilingo, anothi kuyinjabulo yodwa; nazi lokhu ukuthi ukuvivinywa kokukholwa kwenu kuveza ukubekezela. Kepha ukubekezela makuphelelise umsebenzi wako, ukuze nibe ngabaphelele nabaphelele, ningasweli lutho. Uma noma ubani kini entula ukuhlakanipha, makacele kuNkulunkulu opha bonke ngobuhle, engasoli; njalo uzakuphiwa. Kodwa kacele ekholweni engangabazi lutho. Ngokuba ongabazayo ufana negagasi lolwandle eliqhutshwa umoya linyakaziswa.

Uhlelo Lwamahhala Lokufunda nokuthandaza okuhlobene ne EkaJokobe 1:2-6