Johane 13:36-38

Johane 13:36-38 CZB24

USimoni Petru wathi kuye: “Nkosi, uya ngaphi na? UJesu wamphendula wathi: Lapho ngiya khona, ungengilandele kalokhu; kepha uyakungilandela ngasemuva. UPetro wathi kuye: Nkosi, ngingekulandele khathesi ngani? ngiyakubeka phansi ukuphila kwami ngenxa yakho. UJesu wamphendula wathi: “Uyakudela ukuphila kwakho ngenxa yami na? Ngiqinisile, ngiqinisile ngithi kuwe: Iqhude aliyikukhala, uze ungiphike kathathu.

Funda Johane 13