Izaga zikaSolomoni 1:7-8

Izaga zikaSolomoni 1:7-8 CZB24

Ukumesaba uJehova kungukuqala kolwazi, kepha iziwula ziyadelela ukuhlakanipha nokulaywa. Ndodana yami, yizwa ukulaya kukayihlo, ungawushiyi umthetho kanyoko.