Amahubo 139:23-24

Amahubo 139:23-24 CZB24

Ngihlole, Nkulunkulu, wazi inhliziyo yami; ngivivinye, wazi imicabango yami. Futhi ubone uma kukhona indlela embi kimi, futhi ungihole endleleni yaphakade.