1 kaPetru 1:22 - Qhathanisa Zonke Izinguqulo
1 kaPetru 1:22 ZUL59 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
Senihlambululile imiphefumulo yenu ngokulalela iqiniso, nize nithande abazalwane ngokungazenzisi, thandanani ngokupheleleyo omunye nomunye ngenhliziyo
Dlulisela
1 kaPetru 1 ZUL591 kaPetru 1:22 ZUL20 (IsiZulu 2020)
Senihlambululile imiphefumulo yenu ngokulalela iqiniso, ukuze uthando lwenu lobuzalwane lungabi nakuzenzisa; nithandane ngokuphelele, omunye nomunye, kuqubuka enhliziyweni emhlophe.
Dlulisela
1 kaPetru 1 ZUL201 kaPetru 1:22 ZULUNT (Baasraak Zulu New Testament Bible)
Njengoba selihlambulule imiphefumulo yenu ngokulalela iqiniso ngoMoya kuze kube sothandweni olungazenzisi lwabazalwane, thandanani kakhulu ngenhliziyo emhlophe
Dlulisela
1 kaPetru 1 ZULUNT1 kaPetru 1:22 CZB24 (Contemporary Zulu Bible 2024)
Njengoba selihlambulule imiphefumulo yenu ngokulalela iqiniso ngoMoya kuze kube sothandweni olungazenzisi lwabazalwane, thandanani kakhulu ngenhliziyo emhlophe
Dlulisela
1 kaPetru 1 CZB24