2 kwabaseThesalonika 1:6-7
2 kwabaseThesalonika 1:6-7 Baasraak Zulu New Testament Bible (ZULUNT)
lokhu kuyinto elungileyo kuNkulunkulu ukuphindisela ukuhlupheka kwabanihluphayo; Nakini enihluphekayo, niphumule kanye nathi, lapho iNkosi uJesu yambulwa ezulwini inezingelosi zayo ezinamandla
2 kwabaseThesalonika 1:6-7 Contemporary Zulu Bible 2024 (CZB24)
lokhu kuyinto elungileyo kuNkulunkulu ukuphindisela ukuhlupheka kwabanihluphayo; Nakini enihluphekayo, niphumule kanye nathi, lapho iNkosi uJesu yambulwa ezulwini inezingelosi zayo ezinamandla
2 kwabaseThesalonika 1:6-7 IsiZulu 2020 (ZUL20)
Uma kuyinto elungile kuNkulunkulu uyakukubuyisela ukuhlupheka kulabo abanihluphayo, bese nina enihluphekayo aniphe ukuphumula kanye nathi ekwambuleni kweNkosi uJesu, ivela ezulwini, inezingelosi zamandla ayo
2 kwabaseThesalonika 1:6-7 IBHAYIBHELI ELINGCWELE (ZUL59)
uma kambe kuyinto elungile kuNkulunkulu ukuba abuyisele ukuhlupheka kubo abanihluphayo, aniphe nina enihluphekayo ukuphumula kanye nathi ekwambulweni kweNkosi uJesu, evela ezulwini, enezingelosi zamandla akhe