Izinsuku ezingu -40 zesikhati se Phasika

Izinsuku ezingu -40 zesikhati se Phasika

47 izinsuku

Isikhathi se Phasika yisikhathi sokubheka konke esakwenzelwa esiphambanweni kuKristu. Lesi sipho esihle kakhulu esingadlinza ngaso unyaka nonyaka, kodwa silokhu sisishiya simangele kakhulu. Kulolu hlelo lokufunda, uzothola ukuhlaziywa kwe vangeli ngokulandelana , kulandelwa izinyathelo za Krestu ngesonto lakhe lokugcina lentshumayelo yakhe emhlabeni. Lolu hlelo luyizinsuku ezingu-47 ubude, kodwa ngokwesiko, lamaSonto ayisikhombisa ayizinsuku zokuphumula.

Sithanda ukubonga Journey Church ngokusinikeza lolu Hlelo lwezinsuku ezingu -40 ngesikhathi se Phasika. Ngeminye imininingwane, sicela uvakashele: http://www.lifeisajourney.org
Mayelana Nomshicileli