1
Mathewu 9:37-38
Baasraak Zulu New Testament Bible
Wasesithi kubafundi bakhe: Ukuvuna kukhulu, kodwa izisebenzi ziyingcosana; Ngakho-ke nxusani eNkosini yokuvuna ukuba ithumele izisebenzi ekuvuneni kwayo.
Lee anya n'etiti ihe abụọ
Nyochaa Mathewu 9:37-38
2
Mathewu 9:13
Kodwa hambani nifunde ukuthi kusho ukuthini ukuthi: ‘Ngithanda isihawu, hhayi umhlatshelo,’ ngokuba angizanga ukubiza abalungileyo kodwa izoni ukuba ziphenduke.
Nyochaa Mathewu 9:13
3
Mathewu 9:36
Kodwa ebona izixuku waba lesihelo ngazo, ngoba zazidiniwe, zihlakazekile njengezimvu ezingelamalusi.
Nyochaa Mathewu 9:36
4
Mathewu 9:12
Kodwa uJesu ekuzwa wathi kubo: Abaphilileyo kabadingi melaphi, kodwa abagulayo.
Nyochaa Mathewu 9:12
5
Mathewu 9:35
UJesu wayihamba imizi yonke nemizana efundisa emasinagogeni abo, eshumayela ivangeli lombuso, ephulukisa izifo zonke nezifo zonke ebantwini.
Nyochaa Mathewu 9:35
Ebe Mmepe Nke Mbụ Nke Ngwá
Akwụkwọ Nsọ
Atụmatụ Ihe Ogụgụ Gasị
Vidiyo Gasị