1
NgokukaMathewu 12:36-37
IsiZulu 2020
Kepha ngithi kini: amazwi wonke ayize akhulunywa ngabantu, bayakulanda ngawo ngomhla wokwehlulelwa. Ngokuba uyakwehlulelwa ngamazwi akho, icala likuthethe, futhi uyakulahlwa ngamazwi akho.”
Qhathanisa
Hlola NgokukaMathewu 12:36-37
2
NgokukaMathewu 12:34
Nzalo yezinyoka, ningakukhuluma kanjani okuhle nibe nibabi na? Ngokuba umlomo ukhuluma okuchichima enhliziyweni.
Hlola NgokukaMathewu 12:34
3
NgokukaMathewu 12:35
Umuntu omuhle ukhipha okuhle engcebeni yakhe enhle; nomuntu omubi ukhipha okubi engcebeni yakhe embi.
Hlola NgokukaMathewu 12:35
4
NgokukaMathewu 12:31
Ngakho-ke ngithi kini: zonke izono zabantu nokuhlambalaza kuyakuthethelelwa, kodwa ohlambalaza uMoya akuyukuthethelelwa.
Hlola NgokukaMathewu 12:31
5
NgokukaMathewu 12:33
“Kuphakathi kokuba nithi umuthi muhle, nesithelo sawo sibe sihle; noma nithi mubi, nesithelo sawo sibe sibi; ngokuba umuthi waziwa ngesithelo sawo.
Hlola NgokukaMathewu 12:33
Ikhaya
IBhayibheli
Amapulani
Amavidiyo