Mathewu 11:28-30

Mathewu 11:28-30 ZULUNT

Zanini kimi nina nonke enikhatheleyo nenisindwayo, mina ngizakuniphumuza. Bekani ijoka lami phezu kwenu, nifunde kimi; ngokuba ngimnene, ngithobekile ngenhliziyo; niyakufumana ukuphumula emiphefumulweni yenu. Ngokuba ijoka lami lihle, nomthwalo wami ulula.