Umshumayeli 12:6-7

Umshumayeli 12:6-7 CZB24

Kungaze kugqashuke intambo yesiliva, noma isitsha segolide sigqabuke, noma imbiza iphukile ngasemthonjeni, noma kwephulwa isondo emthonjeni. Khona uthuli luyobuyela emhlabathini njengoba lwalunjalo, futhi umoya uyobuyela kuNkulunkulu owawunikayo.